Lyrics Vuma Dlozi - Big Zulu, Mnqobi Yazo

Vuma Dlozi - Big Zulu, Mnqobi Yazo
Song information On this page you can find the lyrics of the song Vuma Dlozi, artist - Big Zulu
Date of issue: 12.09.2019
Song language: Spit

Vuma Dlozi

Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la
Zinyawo zami baleka
Ngibon' usizi oluzayo la
Awu mina anginakulimela
Wololo ma wololowo wololowo mama
Wololowo ma
Wololowo
Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma
Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma
Ngokuphumelela kwami, ngathol' amazondo nganilaya
Ekuhluphekeni kwami, ngashiywa naw’gogo ngakhala
Aw’ngivikele dlozi lami, ngiy’nkabi ngingqongqo nginganixaka
Awu xola sitha sami, ngathatha nendondo nayisaba
Thokoza gogo, lempumelelo kodwa isingifakele izitha
Ngahlomul' indondo, ngokuphokophela
Ngezwa sekukhonkoth' izinja
Ngaziphonsel' ithambo zaxabana zodwa
Wenkabi bokhuza amadika
Ngadons' uBrentwood ngangena kungezo
Ezami ngaziphonsela ipizza
Inkabi inganigila
Ngaybiza nabhimba
Ngazibiza ngenkabi, nazibiza ngeynkabi, bafana nganidibha
Ngoshuni nginganixina
Ngenduku nginganidinda
Ngazigubhel' umgodi, bangilethel' isdumbu
Ngavele ngasigqiba
Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la
Zinyawo zami baleka
Ngibon' usizi oluzayo la
Aw mina anginakulimela
Wololo wololowo wololowo mama
Wololowo ma wololowo
Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma
Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma
Shwele Makhosi, ngizwa ngiyasindwa
Naz' izitha zingilandela
Isihlalo sobukhosi lesi siyashisa
Gobel' ungivulel' indlela
Ngivikele dlozi, ngiphephise kwizitha
Gogo ke ungishisele impepho (Shwele)
Angilwi neyngane, mfana usemncane
Igazi lingakfinyisa ikhehla
Ning’bamba ngophondo? Yebo inkabi inendondo
Nginibukela phansi ngoshuni wenkabi
Ngayigqobha lezozo (Bhasobha!)
Loshuni oweyndlondlo (Kunjani manje?)
Yebo umkhaya unenzondo (hhay, hhay, hhay)
Ngambuyisela emuv' uMafikizolo ngadlal' u 2Bob
Kuvumil' idlozi, udubile udoti
Ningangitsheli ngenkabi inganilanda (yezwa!)
Bavumile ayihloli, ivuyil' indoni
Ngayshela lentomb' iyangithanda (Shwele!)
Babhukhel' eGoli, babuyile aniboni
Nibatshele bandlale ngizolala
Bachoma ngekhekhe, ngazicelela inkomo notshwayi
Ngavele ngayihlaba!
Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la
Zinyawo zami baleka
Ngibon' usizi oluzayo la
Aw mina anginakulimela
Wololo wololowo wololowo mama
Wololowo ma wololowo
Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma
Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma
Ngizofika sebedubile
Ngizoyibiza sebevukile
Lenkabi sebeyivumile
Yangena baybiza uBadumile
Ngizogeza sebegezile
Ngenduku sebegugile
Bacutha ngemkhonto ke baphel' amandla
Inkabi kad' indlulile
Ngazalwa ngabikwa nashiywa
Ngabamba zaqina nganixina
Nganfaka esbayeni, nganiqobel' inyama
Nakhala ngeyinzipho ngankhipha
Ngagadla nganithinta nalila
Ngathatha ngakhipha ngakhwifa
Nganinik' uBrentwood nachamel' isoka
Washay' iLosgat ngamkhipha
Ungangitsheli ngo Skrrr skrrr (Shkr schkee)
Inkabi ayini feeli (Nah)
Bakhul' eslungwini, bachamel' endlini
Lenyefu abaphiphi (ah hhe)
Ngengezo abazithinti (ah hhe)
Ezami abayfici (ah hhe)
Baqhathwa noshuni bakhulum' islungu
Tolika bathini (Kunjani?)
Kukhon' iynkinga ezingqongqozayo la
Zinyawo zami baleka
Ngibon' usizi oluzayo la
Aw mina anginakulimela
Wololo wololowo wololowo mama
Wololowo ma wololowo
Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma
Aw ngithi vuma, vuma
Vuma dlozi lami
Vuma, vuma

Share lyrics:

Write what you think about the lyrics!

Other songs of the artist:

NameYear
Ushun Wenkabi 2021
Ivikela Mbuso 2021
Ichwane Lenyoka 2021
Mali Eningi ft. Riky Rick 2021
Umuzi eSandton 2021
Yakhala iPhone 2021
Ama Million ft. Cassper Nyovest, MusiholiQ 2019
100 Bars 2019
Wena Wedwa ft. TruHitz 2019
Ubuhle Bakho ft. Inkosi Yamagcokama 2019
Ungqongqoshe Wongqongqoshe (50 Bars) 2019
Ugogo ft. Ntsiki Mazwai 2019
Lomhlaba Unzima ft. Umzukulu 2019