Lyrics Londiwe - Steve Kekana

Londiwe - Steve Kekana
Song information On this page you can read the lyrics of the song Londiwe , by -Steve Kekana
In the genre:Поп
Release date:31.12.2008
Song language:Scythe

Select which language to translate into:

Londiwe
Ngabe ungenwe yini weLondiwe?
Uyangixaka manje kule zinsuku
Angisakutholi kahle
Selokhu ngavuma ukuthi uyosebenza
Uyangixaka
Sengathi unemikhuba
Angisakutholi kahle
Awufiki ekhaya ngesikhathi okufanele ufike ngaso
Uma manje mina sengithanda ukwazi
Uthi ubusebenza isikhathi eside emsebenzini
Noma ushiywe yibhasi
Izolo bengiye la usebenza khona
Ngathola ukuthi sekuvaliwe
Ngahamba ngayokubheka emabhasini
Ngakuthola ungekho
Kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili
Izolo bengiye la usbenza khona
Ngathola ukuthi sekuvaliwe
Ngahamba ngayokubhka emabhasini
Ngakuthola ungekho
Kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili
Ngabe ungenwe yini weLondiwe?
Uyangixaka manje kule zinsuku
Angisakutholi kahle
Selokhu ngavuma ukuthi uyosebenza
Uyangixaka
Sengathi unemikhuba
Angisakutholi kahle
Awufiki ekhaya ngesikhathi okufanele ufike ngaso
Uma manje mina sengithanda ukwazi
Uthi ubusebenza isikhathi eside emsebenzini
Noma ushiywe yibhasi
Izolo bengiye la usebenza khona
Ngathola ukuthi sekuvaliwe
Ngahamba ngayokubheka emabhasini
Ngakuthola ungekho
Kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili
Izolo bengiye la usebenza khona
Ngathola ukuthi sekuvaliwe
Ngahamba ngayokubheka emabhasini
Ngakuthola ungekho
Kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili

Share the lyrics:

Write what you think about the lyrics!

Other songs by the artist: